Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 4:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 nezilenge zegceke, neveli lomnyango wesango legceke elingasetabernakele* nangase-altare nxazonke, nezintambo zakho, nezinto zonke zokukhonza kwabo; nakho konke okwenzelwa zona bayakukwenza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 amakhethini asegcekeni, isihenqo somnyango wesango legceke elingasethabanakelini nase-althare nxazonke, izintambo zalo, nayo yonke impahla abayisebenzisayo; bayokwenza konke okudinga ukwenziwa maqondana nabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 nezilenge zegceke, nezilenge zomnyango wesango legceke elingasetabernakele nase-altare nxazonke, nezintambo zazo, nezinto zonke zenkonzo yabo, nakho konke okwakhelwe kona. Bona: kanjalo bayakukhonza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 4:26
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Wolenza igceke letabernakele;* ngaseningizimu ohlangothini olungaseningizimu makube khona izilenge zegceke zelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, ubude bazo bube yizingalo eziyikhulu ohlangothini lunye;


nezikhonkwane zetabernakele, nezikhonkwane zegceke, nezintambo zazo,


Walenza negceke; ngaseningizimu ohlangothini lwaseningizimu izilenge zegceke zaziyilineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo, izingalo eziyikhulu.


Ngesiyalezo sika-Aroni nangesamadodana akhe uyakwenziwa wonke umsebenzi wamadodana amaGereshoni emithwalweni yawo yonke nasemisebenzini yawo yonke; niwamisele yonke imithwalo yawo ezakugcinwa yiwo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ