UNumeri 36:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Izinhloko zezindlu zawoyise bomndeni wabantwana bakwaGileyadi kaMakiri kaManase, abemindeni yamadodana kaJosefa, zasondela, zakhuluma phambi kukaMose naphambi kwezikhulu, izinhloko zezindlu zawoyise babantwana bakwa-Israyeli, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20201 Izinhloko zezindlu zoyise bemindeni yozalo lukaGileyadi kaMakhiri kaManase, nabozalo lukaJosefa, zasondela, zakhuluma phambi kukaMose naphambi kwabaholi, abayizinhloko zezindlu zoyise bakwa-Israyeli, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 Izinhloko zemindeni yabantwana bakwaGileyadi indodana kaMagiri kaManase, owemindeni yamadodana kaJosefa, zasondela, zakhuluma phambi kukaMose naphambi kwezikhulu, izinhloko zawoyise. Abantwana bakwa-Israyeli: အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |