Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 33:38 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 U-Aroni umpristi wakhuphukela entabeni yaseHori ngesiyalezo sikaJehova, wafela khona ngomnyaka wamashumi amane emva kokuphuma kwabantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe, ngenyanga yesihlanu ngolokuqala lwenyanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

38 U-Aroni, umphristi, wakhuphukela entabeni iHori ngokwesiyalezo sikaSimakade. Wafike wafela khona ngonyaka wama-40, emveni kokuphuma kwabakwa-Israyeli eGibhithe, ngenyanga yesihlanu ngosuku lokuqala lwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

38 U-Aroni umpristi wenyukela entabeni yaseHori ngesiyalezo sikaJehova, wafela khona ngomnyaka wamashumi amane wokuphuma kwabantwana bakwa-Israyeli eGibithe ngolokuqala lwenyanga yesihlanu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 33:38
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Aroni wayeneminyaka eyikhulu namashumi amabili nantathu mhla efela entabeni yaseHori.


Kwathi ngomnyaka wamashumi amane ngenyanga yeshumi nanye ngolokuqala lwenyanga uMose wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli njengakho konke uJehova amyale ngakho ukuba akukhulume kubo,


Abantwana bakwa-Israyeli basuka eBeyeroti Bene Jahakani, bafika eMosera; u-Aroni wafela khona, wembelwa khona; u-Eleyazare indodana yakhe wakhonza ebupristini esikhundleni sakhe.


ufele kuleyo ntaba okhuphukela kuyo, ubuthelwe kubantu bakini, njengalokho u-Aroni umfowenu wafela entabeni yaseHori, wabuthelwa kubantu bakubo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ