Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 31:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 wena wahlukanisele impango kabili phakathi kwamadoda empi aya ekulweni nenhlangano yonke,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Yehlukanise kabili impango, phakathi kwamabutho abeye empini nenhlangano yonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Futhi uhlukanise impango izingxenye ezimbili; phakathi kwalabo abaphuma impi, phakathi kwebandla lonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 31:27
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amakhosi ezimpi ayabaleka; ayabaleka wona; isifazane esihlezi ekhaya sabela impango.


Nxa nilala phakathi kwezibaya, kunjengamaphiko ejuba asibekelwa ngesiliva, izimpaphe zamaphiko alo ngegolide elikhazimulayo.


“Balani impango yonke ethathiweyo, abantu nezilwane, wena no-Eleyazare umpristi, nezinhloko zezindlu zawoyise benhlangano,


“Buyelani ematendeni enu nemfuyo eningi: izinkomo eziningi kakhulu, nesiliva, negolide, nethusi, nensimbi, nezingubo eziningi, nabelane impango yezitha zenu nabafowenu.”


UDavide nabantu ababe naye base bedazuluka, bekhala, baze bangabe besaba namandla okukhala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ