UNumeri 30:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Kepha uma indoda yakhe ithula nokuthula kuye izinsuku ngezinsuku, iyaqinisa zonke izithembiso zakhe nazo zonke izibopho zakhe eziphezu kwakhe; iziqinisile, ngokuba ithulile kuye ngosuku eyazizwa ngalo; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 Kodwa uma indoda yakhe ithulile ayasho lutho kuye, kwadlula izinsuku ngezinsuku, iyaziqinisa zonke izifungo zakhe nazo zonke izibopho zakhe eziphezu kwakhe; iziqinisile, ngokuba ithulile ngosuku eyezwa ngalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Kodwa uba indoda yakhe ithule kuye insuku ngensuku; Khona-ke uyakuqinisa zonke izithembiso zakhe noma zonke izibopho zakhe eziphezu kwakhe; uyakuqinisekisa, ngokuba wathula naye mhla ekuzwa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |