Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 29:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 “ ‘Ngosuku lwesithupha: izinkunzi eziyisishiyagalombili, nezinqama ezimbili, nezimvu zamaduna eziyishumi nane ezinomnyaka munye ezingenasici,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

29 “ ‘Ngosuku lwesithupha niyonikela ngalokhu: izinkunzi eziyisishiyagalombili, izinqama ezimbili, izimvu ezingamaduna ezili-14 ezinyaka munye ezingenasici,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Ngosuku lwesithupha izinkunzi eziyisishiyagalombili, izinqama ezimbili, nezimvu zamawundlu ezineminyaka eyishumi nane ezingenasici;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 29:29
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

nesabelo senkosi emfuyweni yayo ukuba sibe ngeseminikelo yokushiswa, eseminikelo yokushiswa yasekuseni neyakusihlwa, neseminikelo yokushiswa yamasabatha, neyokwethwasa kwenyanga, neyemikhosi emisiweyo njengokulotshiweyo emthethweni kaJehova.


Kuyakuba phezu kwesikhulu ukunikela ngeminikelo yokushiswa, nangeminikelo yempuphu, nangeminikelo yokuphuzwa emikhosini, nasekwethwaseni kwenyanga, nangamasabatha emikhosini yonke emisiweyo yendlu yakwa-Israyeli, silungise umnikelo wesono, nomnikelo wempuphu, nomnikelo wokushiswa, neminikelo yokuthula ukwenzela indlu yakwa-Israyeli ukubuyisana.


nempongo ibe nye ibe ngumnikelo wesono, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wempuphu nomnikelo wawo wokuphuzwa.


kanye nomnikelo wazo wempuphu, neminikelo yazo yokuphuzwa ngezinkunzi nangezinqama nangezimvu, njengokomumo wazo ngokwesimiso,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ