Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 28:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Niyakunikela ngazo ngaphandle komnikelo oshiswa imihla yonke nomnikelo wawo wempuphu, zibe ngezingenasici kini, kanye neminikelo yazo yokuphuzwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Niyonikela ngazo, ngaphandle komnikelo oshiswa imihla ngemihla nomnikelo wawo wokusanhlamvu, zibe ngezingenasici, neminikelo yazo yokuphuzwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Kumelwe nikulungise kanye nomnikelo wokushiswa wezikhathi zonke nomnikelo wawo wempuphu (kumelwe kungabi nasici kini) neminikelo yako yokuphuzwayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 28:31
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ayisusa iminikelo yokushiswa ukuba ayabele njengamaqembu ezindlu zawoyise babantu besizwe, ukuze banikele ngayo kuJehova njengokulotshiweyo encwadini kaMose. Enze njalo nakuzo izinkabi.


“ ‘Uma umnikelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wemihlambi, uyakunikela ngeduna elingenasici, anikele ngalo ngasemnyango wetende lokuhlangana, aze amukeleke kuJehova.


kepha ninikele ngomnikelo womlilo, umnikelo wokushiswa kuJehova, amaduna amabili, nenqama ibe nye, nezimvu zamaduna eziyisikhombisa ezinomnyaka munye, zibe ngezingenasici kini,


Wothi kubo: ‘Lo ungumnikelo womlilo eniyakunikela ngawo kuJehova: izimvu zamaduna ezinomnyaka munye ezingenasici, zibe zimbili njalo ngosuku, zibe ngumnikelo oshiswa imihla yonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ