Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 28:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 kanye nomnikelo wazo wempuphu, impuphu ecolekileyo exovwe namafutha, ninikele ngokweshumi okuthathu ngenkunzi nangokweshumi okubili ngenqama,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Niyonikela ngomnikelo wazo wokusanhlamvu, impuphu ecolisekileyo exovwe namafutha, niyonikela ngokweshumi okuthathu ngenkunzi nangokweshumi okubili ngenqama.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Umnikelo wazo wokudla kumelwe ube ufulawa oxutywe namafutha, izingxenye ezintathu zokweshumi ngenkunzi, nokweshumi okubili ngenqama;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 28:20
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngosuku lwesishiyagalombili wothatha izimvu zamaduna ezimbili ezingenasici, nexhukazi elinomnyaka munye elingenasici, nokweshumi okuthathu kwempuphu ecolekileyo, kube ngumnikelo wempuphu, kuxovwe namafutha nelogi* lamafutha.


kepha ninikele ngomnikelo womlilo, umnikelo wokushiswa kuJehova, amaduna amabili, nenqama ibe nye, nezimvu zamaduna eziyisikhombisa ezinomnyaka munye, zibe ngezingenasici kini,


unikele ngokweshumi ngaleyo naleyo mvu yezimvana eziyisikhombisa,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ