UNumeri 26:63 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE63 Yilabo ababalwa nguMose nangu-Eleyazare umpristi ababala abantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202063 Yilabo-ke abaLevi ababalwa nguMose no-Eleyazare, umphristi, ngesikhathi kubalwa abakwa-Israyeli emathafeni kwaMowabi ngaseJordani, phesheya kweJerikho. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202463 Yilabo ababalwayo nguMose no-Eleyazare umpristi, ababebala abantwana bakwa-Israyeli emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engamashumi amane ehlane, saze saphela isizwe sonke, yiwo amadoda empi aphuma eGibithe, lokhu engalalelanga izwi likaJehova, afunga kuwo uJehova ukuthi akayikuwabonisa izwe uJehova alifungela oyise ethi uyakusinika lona, izwe elivame ubisi nezinyosi.