UNumeri 22:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Amalunga akwaMowabi namalunga akwaMidiyani asuka enenkokhelo yokubhula esandleni sawo; ayesefika kuBileyamu, akhuluma kuye amazwi kaBalaki. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20207 Amalunga akwaMowabi nawakwaMidiyani ahamba ephethe ugxa, aya kuBhileyamu, afike akhuluma kuye amazwi kaBhalaki. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20247 Abadala bakwaMowabi namalunga akwaMidiyani asuka ephethe umvuzo wokubhula esandleni sawo; zafika kuBileyamu, zakhuluma kuye amazwi kaBalaki. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |