Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 2:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Nesizwe sakwaNafetali: isikhulu sabantwana bakwaNafetali siyakuba ngu-Ahira indodana ka-Enani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

29 Isizwana sakwaNafethali: umholi wabozalo lwabakwaNafethali kungu-Ahira indodana ka-Enani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Nesizwe sakwaNafetali; u-Ahira indodana ka-Enani uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwaNafetali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 2:29
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

URaheli wathi: “Ngokubambana ngibambene nodadewethu ngamandla kaNkulunkulu, ngamahlula,” waqamba igama layo ngokuthi uNafetali.


KwaNafetali: u-Ahira indodana ka-Enani.”


Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaNafetali kwakungu-Ahira indodana ka-Enani.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nanye namakhulu ayisihlanu.


Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nantathu namakhulu amane.


Ngosuku lweshumi nambili ngu-Ahira indodana ka-Enani, isikhulu sabantwana bakwaNafetali.


Okomhlatshelo weminikelo yokuthula nakhu: izinkabi ezimbili, nezinqama eziyisihlanu, nezimpongo eziyisihlanu, nezimvu eziyisihlanu zamaduna ezinomnyaka munye; lokho kwakungumnikelo ka-Ahira indodana ka-Enani.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ