UNumeri 15:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Umpristi uyakuyenzela yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli ukubuyisana, baze bathethelelwe, ngokuba kwakungengamabomu, futhi balethile umnikelo wabo, umnikelo womlilo kuJehova, nomnikelo wabo wesono phambi kukaJehova ngesiphosiso sabo; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202025 Umphristi uyokwenzela yonke inhlangano yabantu bakwa-Israyeli ukubuyisana; ithethelelwe ngenxa yokuba kwakungeyona inhloso, futhi iwulethile umnikelo wayo, umnikelo womlilo kuSimakade, umnikelo wabo wesono phambi kukaSimakade, ngesiphosiso sayo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202425 Umpristi kumelwe ayenzele isihlawulelo yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli, futhi bayothethelelwa; ngoba kungukungazi; bayakunikela ngomhlatshelo wabo, umnikelo womlilo kuJehova, nomnikelo wabo wesono phambi kukaJehova ngenxa yokungazi kwabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |