Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNumeri 11:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Aniyikuyidla usuku lube lunye, noma izinsuku zibe zimbili, noma izinsuku zibe yisihlanu, noma izinsuku zibe yishumi, noma izinsuku zibe ngamashumi amabili,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Aniyukuyidla nje usuku lube lunye, noma izinsuku ezimbili, noma izinsuku eziyisihlanu, noma izinsuku ezilishumi, noma izinsuku ezingama-20,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Aniyikudla usuku olulodwa noma izinsuku ezimbili noma ezinhlanu noma izinsuku eziyishumi noma izinsuku ezingamashumi amabili;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNumeri 11:19
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Badla, basuthiswa kakhulu; baphiwa abakufisayo.


“Yisho kubantu ukuthi: ‘Zingcweliseleni olwangakusasa, niyakudla inyama, lokhu nikhalile ezindlebeni zikaJehova ngokuthi: “Ngubani oyakusipha inyama ukuba sidle, ngokuba kwakukuhle kithi eGibithe,” ngalokho uJehova uyakuninika inyama, nize nidle.


kepha inyanga epheleleyo, ize iphume ngamakhala enu, inengeke kini, ngokuba nimlahlile uJehova ophakathi kwenu, nakhala phambi kwakhe ngokuthi: “Saphumelani eGibithe na?” ’ ”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ