UNumeri 1:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE34 Kubantwana bakwaManase, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi: အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202034 Abozalo lukaManase, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi: အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202434 Kubantwana bakoManase, ngensendo zabo, ngezizukulwana zabo, ngezindlu zaboyise, ngokwenani lamagama, kusukela koleminyaka engamatshumi amabili langaphezulu, bonke aba nga phuma; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |