Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 7:61 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

61 Nampa abakhuphuka eTheliMela, naseTheli Harisha, naseKherubi, nase-Adoni, nase-Imeri, kepha bebengenakusho izindlu zawoyise nozalo lwabo ukuba babe ngabakwa-Israyeli yini:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

61 Laba abalandelayo babevela eThelimela, eTheliharisha, eKherubhi, e-Adoni, nase-Imeri. Kodwa behluleka ukuveza isiqiniseko sokuthi bangabozalo lwakwa-Israyeli yini:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

61 Yibo futhi abakhuphuka besuka eThelimela, naseTheli-Haresa, naseKherubi, nase-Adoni, nase-Imeri, kodwa babengenakukwazisa indlu kayise nenzalo yabo, uma babevela kwa-Israyeli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 7:61
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nampa abakhuphuka eTheli Mela, naseTheli Harisha, naseKherubi, nase-Adani, nase-Imeri, kepha babengenakusho izindlu zawoyise nozalo lwabo ukuba babengabakwa-Israyeli yini:


Onke amaNethini* nabantwana bezinceku zikaSolomoni babe ngamakhulu amathathu namashumi ayisihiyagalolunye nambili.


abantwana bakwaDelaya, nabantwana bakwaThobiya, nabantwana bakwaNekhoda: ngamakhulu ayisithupha namashumi amane nambili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ