UNehemiya 5:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Okwalungiselwa usuku lwaba lunye nje kwakuyinkabi nezimvu eziyisithupha ezikhethekileyo; ngalungiselwa nezinyoni newayini eliningi lezinhlobo zonke kanye ngezinsuku eziyishumi; nokho angicelanga isinkwa sombusi, ngokuba ubugqila babusinda phezu kwalaba bantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202018 Ngalolo nalolo suku kwakuhlatshwa inkabi nezimvu zekhethelo eziyisithupha, ngilungiselwe nezinkukhu. Kwakukhishwa iwayini eliningi, kanye ezinsukwini eziyishumi. Ngangazi ukuthi abantu bathwele umthwalo onzima kangakanani, ngakho-ke angizange ngisifune isabelo sombusi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Futhi okwakulungiselelwa mina imihla ngemihla kwakuyinkomo eyodwa nezimvu eziyisithupha ezikhethiweyo; kwalungiselelwa mina nezinyoni, kwaqoqwa kanye ngezinsuku eziyishumi zonke izinhlobo zewayini; nokho angisibizanga isinkwa sombusi, ngokuba ubugqila babunzima phezu kwalaba bantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |