Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 3:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Emva kwakhe kwalungisa uMalikhiya, omunye wabakhandi begolide, kwaze kwaba sendlini yamaNethini* neyabathengi malungana neSango Lokubala, kwaze kwaba nasekamelweni eliphezulu laseGumbini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Ingxenye elandelayo yakhiwa nguMalikhija, umkhandigolide, kusukela endlini eyayisetshenziswa ngamadoda ayesebenza ethempelini nabahwebi, eyayingasesangweni iMifikhadi, eduze nendlu ephezu kogange, ejikeni elisenyakatho mpumalanga yalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Emva kwakhe kwalungisa uMalkhiya indodana yomkhandi kuze kufike endaweni yezinceku zethempeli neyabathengi malungana neSango laseMifkadi kuze kufike endaweni ephakemeyo yegumbi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 3:31
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Emva kwakhe kwalungisa uHananiya, indodana kaShelemiya, noHanuni, indodana yesithupha kaSalfi, elinye ibanga. Emva kwakhe kwalungisa uMeshulamu indodana kaBerekiya malungana nekamelo lakhe.


Phakathi kwekamelo eliphezulu laseGumbini neSango Lezimvu kwalungisa abakhandi begolide nabathengi.


Eceleni kwabo kwalungisa u-Uziyeli indodana kaHarihaya wabakhandi begolide. Eceleni kwakhe kwalungisa uHananiya wabathaki. Baliyeka iJerusalema kwaze kwaba soGangeni Olubanzi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ