Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UNehemiya 13:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kwathi lapho amasango aseJerusalema eseqala ukuba mnyama lingakafiki isabatha, ngathi mazivalwe izivalo, ngathi futhi mazingavulwa lize lidlule isabatha, ngabeka ezinye izinceku zami ngasemasangweni ukuba kungangeniswa mthwalo ngosuku lwesabatha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Manje sengishaya umthetho wokuthi amasango eJerusalema ahluthulelwe ngaphambi kokuqala kweSabatha, aze avulwe lapho sekwedlule iSabatha. Ngizobeka ezinye zezinceku zami emasangweni ukuze zibheke ukuthi akukho lutho olungeniswa emzini ngeSabatha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kwathi lapho amasango eJerusalema eqala ukuhwalala ngaphambi kwesabatha, ngathi ma avalwe amasango futhi ngathi avulwe kuphela ngemva kwesabatha; amasango, ukuze kungangeniswa mthwalo ngosuku lwesabatha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UNehemiya 13:19
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abathengi nabathengisi bezimpahla zezinhlobo zonke base belala ngaphandle kweJerusalema kanye nakabili.


Ngathi kubo: “Amasango aseJerusalema mawangavulwa lize lishise ilanga; besemi, mabavale izivalo, baziqinise; bekani abalindi kwabakhileyo eJerusalema, kube yilowo nalowo emlindweni wakhe, yilowo abe malungana nendlu yakhe.”


“ ‘Nxa nivuna isivuno sezwe lakini, awuyikuvuna ngokupheleleyo emagumbini ensimu yakho, ungakhothozi umkhothozo wesivuno sakho; uwushiyele abampofu nabafokazi; nginguJehova uNkulunkulu wakho.’ ”


Kuyakuba yisabatha lokuphumula okuzothileyo kini, nithobise imiphefumulo yenu; ngolwesishiyagalolunye lwenyanga kusihlwa, kusukela kusihlwa kuze kube kusihlwa, anogcina isabatha lenu.”


Khona base bethi abaJuda kophilisiweyo: “Yisabatha, akuvunyiwe uthwale uhlaka.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ