UNehemiya 13:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ngabeka abaphathizikhwama phezu kwengcebo: nguShelemiya umpristi, noSadoki umbhali, noPhedaya wamaLevi; eceleni kwabo kwakunguHanani kaZakuri kaMathaniya, ngokuba kwathiwa bathembekile; babeyakwabela abafowabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202013 Ngaqoka amanye amadoda ukuba abe ngabagcinimafa bezinqolobane: uShelemiya umphristi, uZadoki ungoti kwezomthetho noPhedaya umLevi. UHanani, indodana kaZakhuri indodana kaMathaniya, wayezoba ngumsizi wabo. Lawo madoda ngangiwethemba ukuthi ayezoba qotho lapho esehlukaniselana nabanye ayesebenza nabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 Ngamisa abaphathi-sikhwama phezu kwengcebo: uShelemiya umpristi, noSadoki umbhali, namaLevi, uPhedaya; eceleni kwabo kwakunguHanani indodana kaSakuri indodana kaMathaniya; ngokuba babebhekwa njengabathembekile, nomsebenzi wabo kwakumelwe wabelwe abafowabo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |