UNehemiya 10:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE39 Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli nabantwana bakwaLevi babeyakukhuphulela umnikelo wamabele, newayini, namafutha emakamelweni, lapho kukhona izitsha zendlu engcwele, nabapristi abakhonzayo, nabalindisango, nabahlabeleli; besingenakuyishiya indlu kaNkulunkulu wethu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202039 Abakwa-Israyeli nabaLevi bayoletha okweshumi kokusanhlamvu, okwewayini namafutha omnqumo emagunjini lapho kugcinwe khona izitsha zendlu engcwele, nalapho kuhlala khona abaphristi, abalindisango nabaculi. Asiyukuyishiya indlu kaNkulunkulu wethu.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202439 Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli nabantwana bakwaLevi bayakuletha umnikelo kakolweni, owewayini, nowamafutha emakamelweni, lapho izitsha zendlu engcwele, nabapristi abakhonzayo, nabalindisango, nabahlabeleli, futhi ngeke siyishiye indlu kaNkulunkulu wethu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |