UNahume 2:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Kukhuphukela umchithi kuwe; gcina inqaba, ulinde indlela, uqinise izinkalo zakho, uwenze amandla akho ukuba aqine. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20201 Lowo ocekela phansi uzokuhlasela, qapha inqaba, ubheke emgwaqweni, uqinise ukhalo, uqinise izikhwepha ngokwedlulele. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20241 Ochobozayo ukhuphukele phambi kwakho; londa izikhali, linda indlela, qinisa izinkalo zakho, uqinise amandla akho kakhulu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
bheka, ngiyakuthumela, ngilande yonke imindeni yasenyakatho,” usho uJehova, “noNebukadinesari, inkosi yaseBabele, inceku yami, ngibehlisele phezu kwaleli zwe nabakhileyo kulo, naphezu kwazo zonke lezi zizwe nxazonke, ngibaqalekise, ngibenze babe yisimangaliso nento encimfelwayo, nencithakalo ephakade.