Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UmShumayeli 9:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Amazwi abahlakaniphileyo ezwakalayo ekuthuleni mahle kunokumemeza kobusa phakathi kweziwula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Ukukhulumela phansi kwabahlakaniphile kuyalalelwa kunokumemeza kombusi phakathi kwezilima.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Amazwi abahlakaniphileyo azwakala ekuthuleni, kunokukhala kobusa phakathi kweziwula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UmShumayeli 9:17
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Osola umuntu uyakuthola ngasemuva isisa kunothopha ngolimi lwakhe.


Amazwi omlomo wohlakaniphileyo anomusa, kepha izindebe zesiwula ziyasigwinya sona.


Kungcono ukuzwa ukukhuza kohlakaniphileyo kunokuba umuntu ezwe ukuhlabelela kweziwula.


Akayikukhala, adazuluke, angezwakalisi izwi lakhe ezitaladini.


Akayikudangala, aphele amandla, aze amise ukwahlulela emhlabeni; neziqhingi ziyakuhlalela umthetho wakhe.”


ngokuba ulaka lomuntu alusebenzi ukulunga kukaNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ