Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UmShumayeli 7:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ukuhlakanipha kumenza ohlakaniphileyo ukuba abe namandla kunababusi abayishumi abasemzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

19 Ukuhlakanipha kuletha amandla kumuntu ohlakaniphile, edlule ababusi abalishumi abasemzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ukuhlakanipha kuqinisa ohlakaniphileyo kunamaqhawe ayishumi asemzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UmShumayeli 7:19
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ohlakaniphileyo angenyukela emzini wamaqhawe, awise phansi inqaba ayethembayo wona.


Umuntu ohlakaniphileyo udlula onamandla, nomuntu onokwazi onezikhwepha.


Kimina kukhona ukululeka nempumelelo; ngingukuqonda, nginamandla.


Kungcono umfana ompofu ohlakaniphileyo kunenkosi egugileyo eyisiwula, engasakwazi ukuxwayiswa,


ngokuba kusemthunzini wokuhlakanipha njengasemthunzini wemali, kepha inzuzo yokwazi ingeyokuba ukuhlakanipha kulondoloza ukuphila kwalowo onakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ