Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UmShumayeli 4:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 kepha badlulwa bobabili nguye ongakabikho, ongabonanga umsebenzi omubi owenziwa phansi kwelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 kodwa ongcono kakhulu yilowo ongakazalwa, ongakayiboni imisebenzi emibi eyenzeka phansi komthunzi welanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Yebo, ungcono kunabo bobabili abangakabi khona, abangabonanga umsebenzi omubi owenziwa phansi kwelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UmShumayeli 4:3
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

abathokoza baze bethabe, bajabule, uma belithola ithuna,


Ngiyibonile yonke imisebenzi eyenziwayo phansi kwelanga; bheka, konke kuyize nokufuna umoya.


Ngase ngizonda ukuphila, ngokuba umsebenzi owenziwa phansi kwelanga mubi kimi, lokhu konke kuyize nokufuna umoya nje.


Kepha maye kwabakhulelweyo nabancelisayo ngalezo zinsuku!


Ngokuba bhekani, kuyeza izinsuku abayakusho ngazo ukuthi: ‘Zibusisiwe izinyumba nezizalo ezingazalanga namabele angancelisanga.’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ