UmShumayeli 2:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Ngase ngizonda ukuphila, ngokuba umsebenzi owenziwa phansi kwelanga mubi kimi, lokhu konke kuyize nokufuna umoya nje. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202017 Ngase ngikuzonda ukuphila ngoba umsebenzi owenziwa phansi komthunzi welanga ungububi kimi. Konke kuyize, kufana nokubamba utalagu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202417 Ngakho ngakuzonda ukuphila; ngokuba unzima kimi umsebenzi owenziwa phansi kwelanga, ngokuba konke kuyize, nokugula emoyeni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |