Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UmShumayeli 11:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Oqaphela umoya akayikuhlwanyela; obheka amafu kayikuvuna.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Onaka umoya akasoze atshala; nalowo onaka amafu akasoze avuna.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Obheka umoya akayikuhlwanyela; futhi obheka amafu ngeke avune.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UmShumayeli 11:4
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngenxa yobusika ivila aliyikulima; ngalokho uyakuthekela ngesikhathi sokuvuna, kungekho lutho.


Ivila lithi: “Kukhona ingonyama ngaphandle; ngiyakubulawa phandle esigcawini.”


Ungagodleli abaninikho okuhle, lapho kusemandleni esandla sakho ukukwenza.


Uma amafu egcwele imvula, ayayithulula emhlabeni; futhi uma kuwa umuthi ngaseningizimu noma ngasenyakatho, endaweni lapho uwa khona umuthi, uyakuba lapho.


Njengalokhu ungazi indlela yomoya ukuthi iphi, nokubunjwa kwamathambo esizalweni sokhulelweyo, kanjalo awuyazi nemisebenzi kaNkulunkulu owenza konke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ