Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UmShumayeli 10:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Uma umoya wombusi ukuvukela, ungashiyi indawo yakho, ngokuba ukubekezela kuvimba izono ezinkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Uma ulaka lombusi lukuvukela, uze ungasuki endaweni yakho; ukuthobeka kulungisa amaphutha amakhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Uma umoya wombusi ukuvukela, ungashiyi indawo yakho; ngoba lishweleza iziphambeko ezinkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UmShumayeli 10:4
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umuntu ofuthayo uyavusa ukuxabana, kepha owephuza ukuthukuthela uthulisa ingxabano.


Ngokubekezela kade isikhulu singavunyiswa, nolimi oluthambileyo luyaphula amathambo.


Kukhona ububi engibubonile phansi kwelanga, bunjengephutha elivela kumbusi:


Ungasheshi ukusuka ebusweni bayo, ungemi endabeni embi, ngokuba yenza konke ekuthandayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ