Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UmShumayeli 10:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Umshikashika weziwula uyaziqoba, ukuze zingazi nokuya emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Umshikashika weziwula uyazikhandla zingabe zisayazi indlela eqonde emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Umshikashika weziwula ukhandleka ngamunye waso, ngoba awazi ukuya emzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UmShumayeli 10:15
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bazulazula ehlane ngendlela yakwahlongasibi, abafumananga umuzi wokuhlala.


Wabahola ngendlela elungileyo ukuba baye emzini wokuhlala.


Uma insimbi ibuthuntu, umuntu engaloli usiko, uyakhamelela ngamandla; kepha okusizayo ukuphumelelisa kungukuhlakanipha.


Isiwula siyandisa amazwi, nokho umuntu akazi okuyakuba khona; nalokho okuyakuba ngasemva kwakhe, ngubani ongamtshela lokho na?


Maye kuwe lizwe onkosi yakho ingumntwana, nezikhulu zakho zinedili ekuseni!


Yebo, nasendleleni esihamba ngayo isiwula, siyaphela ingqondo, sisho kubo bonke ukuthi siyisiwula.


Niyichithelani imali kukho okungesiso isinkwa, nenzuzo yenu kukho okunganelisiyo, na? Ngilaleleni nokungilalela, nidle okuhle, umphefumulo wenu ujabule ngamanoni.


Olungileyo uyabhubha, akakho okubeka enhliziyweni; abantu abanomusa bayasuswa, kungaqondi muntu. Olungileyo uyasuswa ebubini,


“Bona abayikuphakamisa isaga nomfanekiso wemfumbe ngaye, bathi: “ ‘Wo kuyena owandisa okungesikho okwakhe koze kube nini na? – nozisindisa ngezibambiso!’


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ