UmShumayeli 1:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Ngokuba ekuhlakanipheni okuningi kukhona ukukhathazeka okuningi; owandisa ukwazi wandisa usizi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202018 Ukwanda kokuhlakanipha kwandisa inkathazo; owandisa ulwazi, wandisa usizi.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202418 Ngokuba ekuhlakanipheni okuningi kukhona ukudabuka okuningi, nowandisa ukwazi wandisa usizi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |