UMikha 6:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Lapho udlayo, awuyikusutha, kube khona ukulamba phakathi kwakho; uyakususa, ungakhululi kodwa, nokukhululayo ngiyakukukhaphela enkembeni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 Uyakudla, kodwa ungasuthi, uyakubhekana nendlala, uthathe kodwa ungakulethi endaweni ephephileyo, noma yini oyiletha endaweni evikelekile, ngiyakuyinikela enkembeni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Niyakudla, kepha ningasuthi; nokulahlwa kwakho kuyoba phakathi kwakho; niyakubamba, kepha ningasindisi; futhi lokho eninikela ngakho ngizokunikela enkembeni. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |