Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UMikha 6:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kusekhona inzuzo embi endlini yababi, ne-efa* elincane eliqalekiswayo, na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Ngabe kusekhona ingcebo embi endlini yezikhohlakali, ne-efa elincane eliqalekisiweyo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Isekhona yini ingcebo yobubi endlini yomubi, nesilinganiso esincane esinengekayo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UMikha 6:10
21 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ingcebo yobubi ayisizi lutho, kepha ukulunga kophula ekufeni.


Isilinganiso esikhohlisayo siyisinengiso kuJehova, kepha isisindo esiyiso siyintokozo yakhe.


Izisindo ezimbili nama-efa* amabili, kokubili kuyisinengiso kuJehova.


Izisindo ezimbili ziyisinengiso kuJehova, nesilinganiso senkohliso asilungile.


Ukuthola ingcebo ngolimi lwamanga kuyize elizulazuliswa, nezingibe zokufa.


“Ngokuba abakwazi ukwenza okulungileyo,” usho uJehova; “babekelela ubudlova nokuphanga ezindlini zabo zamakhosi.”


Zwakalisani ezindlini zamakhosi zase-Ashidodi, nasezindlini zamakhosi zasezweni laseGibithe, nithi: “Buthanani ezintabeni zaseSamariya, nibone izidumo ezinkulu eziphakathi kwalo, nokucindezelwa okukulo.”


Izwi likaJehova liyamemeza kuwo umuzi. Ukwesaba igama lakho ngukusindiswa; zwanini induku noyimisileyo.


Ngalolo suku ngiyakuhambela bonke abeqa umbundu, begcwalisa indlu yamakhosi abo ngobudlova nangenkohliso.


Ngathi: “Kuyini?” Yathi: “Lokhu kuyi-efa* eliphumayo.” Yabuye yathi: “Lokhu kungububi babo ezweni lonke.”


Kepha abantwana bakwa-Israyeli beqa ngokuqalekisiweyo, lokhu u-Akani kaKarmi kaZabidi kaZera, owesizwe sakwaJuda, ethatha kukho okuqalekisiweyo; intukuthelo kaJehova yabavuthela abantwana bakwa-Israyeli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ