Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UMikha 5:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ngiyakwenza impindiselo ngentukuthelo nangokufutheka kuzo izizwe ezingalalelanga.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Ngiyakuphindisela ngentukuthelo nangolaka ezizweni ezingalalelanga.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngiyakubuyisela izizwe ngolaka nangokufutheka njengalokhu zingakuzwanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UMikha 5:15
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

ukuba benze impindiselo kubo abezizwe nezijeziso kubantu,


Ngalokho ithi iNkosi uJehova Sebawoti, uMninimandla ka-Israyeli: “E, ngiyakuzikhulula kwabamelene nami, ngiziphindisele ezitheni zami,


ngiyakuninqumela inkemba, nikhothamele nonke ukuhlatshwa, ngokuba lapho nganibiza, aniphendulanga, nalapho ngakhuluma, anizwanga, kepha nenza okubi emehlweni ami, nakhetha lokhu engingathokozanga ngakho.”


Insali yakwaJakobe iyakuba phakathi kwezizwe, phakathi kwabantu abaningi, njengengonyama phakathi kwezilwane zasehlathini, njengebhongo lengonyama phakathi kwemihlambi yezimvu, elithi lapho lidabula, linyathele, lidwengule, kungekho owophulayo.


Ake nizwe akushoyo uJehova, ethi: “Suka ulwe phambi kwezintaba, uzwise amagquma izwi lakho.


elangabini lomlilo, ephindisela kwabangamazi uNkulunkulu nakwabangalaleli ivangeli leNkosi yethu uJesu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ