UMalaki 1:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE
8 Lapho ninikela ngesilwane esiyimpumputhe sibe ngumhlatshelo, akukubi na? Lapho ninikela ngesilwane esiqhugayo nesigulayo, akukubi na? Mawusisondeze kumbusi wakho; uyakuba nomusa kuwe na? Uyakukwamukela na?” usho uJehova Sebawoti.
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ
8 Lapho niletha isilwane esingaboni sibe ngumhlatshelo, akukubi yini lokho na? Uma ninikela ngesilwane esiqhugayo nesigulayo, akukubi yini lokho na? Uma unganikela ngaso kumbusi wakho, angakujabulela yini na? Angakwemukela yini wena noma athokoze ngawe na? kubuza uSimakade Wamabandla.
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ
8 Uma ninikela ngempumputhe ibe ngumhlatshelo, akukubi na? futhi uma ninikela ngezinyonga nezigulayo, akukubi yini? Manje nikela kumbusi wakho; Iyakuthokozela wena, noma ithathe umuntu wakho? usho uJehova Sebawoti.
အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ