Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 8:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Okuseleyo kwenyama nokwesinkwa anokushisa ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Okuyosala enyameni nasesinkweni niyokushisa ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Okusele kwenyama nesinkwa, kumelwe nikushise ngomlilo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 8:32
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ningashiyi lutho kuze kube sekuseni; kepha okusele kulo kuze kube sekuseni nizakukushisa ngomlilo.


Uma kusala inyama yokwahlukaniselwa kuze kuse noma isinkwa, ukushise okuseleyo ngomlilo, kungadliwa, ngokuba kungcwele.


Ungazigabisi ngolwakusasa, ngokuba awukwazi okungavela ngosuku.


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


kepha okusele enyameni yomhlatshelo ngosuku lwesithathu kuyakushiswa ngomlilo.


Ningaphumi emnyango wetende lokuhlangana izinsuku eziyisikhombisa, kungakapheli izinsuku zokwahlukaniselwa kwenu, ngokuba uyakunahlukanisela izinsuku eziyisikhombisa.


ngokuba uthi: “Ngesikhathi esihle ngikuzwile, nangosuku lwensindiso ngakuhlangulisa;” bheka, manje kuyisikhathi esihle kakhulu; bheka, manje kulusuku lwensindiso; –


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ