Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 7:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Umpristi onikela ngomnikelo wokushiswa womuntu, isikhumba somnikelo wokushiswa anikele ngawo siyakuba ngesompristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Umphristi onikela ngomnikelo wokushiswa olethwe wumuntu, isikhumba somnikelo wokushiswa awunikele kuyoba ngesakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Umpristi onikela ngomnikelo wokushiswa womuntu, isikhumba somnikelo wokushiswa anikele ngawo umpristi siyakuba ngesakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 7:8
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova uNkulunkulu wabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku, wabembathisa.


Kepha inyama yenkunzi, nesikhumba sayo, nomswani wayo, uyakukushisa ngomlilo ngaphandle kwekamu;* kungumnikelo wesono.


Uyakuhlinza umnikelo wokushiswa, awuhlahlele izitho.


Isikhumba senkunzi, nayo yonke inyama yayo, nenhloko yayo, namanqina ayo, nezibilini zayo, nomswani wayo,


“ ‘Umnikelo wecala unjengomnikelo wesono; umthetho wawo munye; umpristi owenza ukubuyisana ngawo woba ngowakhe.


Yonke iminikelo yempuphu ephekwe eziko, nayo yonke elungiselwa okhambeni nasemqengeleni, iyakuba ngeyalo mpristi anikele ngayo.


isithole sishiswe phambi kwakhe, isikhumba saso, nenyama yaso, negazi laso, kanye nomswani waso kushiswe;


kodwa yembathani iNkosi uJesu Kristu, ninganakekeli inyama kuvuswe izinkanuko.


Ayakuphiwa izabelo ezilingeneyo ngaphandle kwalokho okuvela ngokuthengisa ngefa likayise.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ