Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 7:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Athabathe kuwo libe linye njalo eminikelweni yakhe, libe ngumnikelo ophakanyiswayo kuJehova, libe ngelompristi ofafaza ngegazi leminikelo yokuthula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Uyothatha libe linye iqebelengwane emnikelweni wakhe, libe ngumnikelo kuSimakade, liyoba ngelomphristi oyofafaza igazi leminikelo yokuthula.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kumelwe alungise owodwa wawo wonke umnikelo owenziwe ngomlilo ube ngumnikelo wokuphakanyiswa kuJehova, ube ngowompristi ofafaza igazi lomnikelo wokubonga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 7:14
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umpristi onikela ngawo ngesono wowudla, udliwe endaweni engcwele egcekeni letende lokuhlangana.


Yonke iminikelo yezinto ezingcwele abantwana bakwa-Israyeli abanikela ngayo ngiyinikile wena namadodana akho namadodakazi akho kanye nawe ibe yimfanelo ephakade; kuyisivumelwano sikasawoti kuze kube phakade ngaphambi kukaJehova kuwena nakuyo inzalo yakho kanye nawe.”


nikuthathe enxenyeni yabo, nikunike u-Eleyazare umpristi, kube ngumnikelo wokuphakanyiswa kaJehova.


UMose wamnika u-Eleyazare umpristi intela eyayingumnikelo wokuphakanyiswa kaJehova, njengalokho uJehova emyalile uMose.


Bhekani u-Israyeli ngokwenyama. Abadla imihlatshelo abasibo abahlanganyela ne-altare na?


Ayakuphiwa izabelo ezilingeneyo ngaphandle kwalokho okuvela ngokuthengisa ngefa likayise.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ