Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 2:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Woletha kuJehova umnikelo wempuphu owenziwe ngalezo zinto, unikelwe kumpristi, yena awuyise e-altare.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Uyakunikela kuSimakade umnikelo wokusanhlamvu olungiswe ngalezi zindlela; uwunike umphristi, yena awuyise e-althare.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kumelwe ulethe umnikelo wempuphu owenziwe ngalezi zinto kuJehova; uma silethwa kumpristi, kumelwe awulethe e-altare.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 2:8
3 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bhincani, nikhale, bapristi, nihhewule, nina zikhonzi ze-altare; wozani nilale bonke ubusuku ezindwangwini zamasaka, zikhonzi zikaNkulunkulu wami, ngokuba iminikelo yempuphu neminikelo yokuphuzwa kugodliwe endlini kaNkulunkulu wenu.


Uma umnikelo wakho ungumnikelo wempuphu ephekwe ngokhamba, uyakwenziwa ngempuphu ecolekileyo kanye namafutha.


Umpristi makathabathe okuyisikhumbuzo kuwo umnikelo wempuphu, akushise e-altare kube ngumnikelo womlilo, kube yiphunga elimnandi kuJehova.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ