Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 2:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Uma umnikelo wakho ungumnikelo wempuphu ephekwe ngokhamba, uyakwenziwa ngempuphu ecolekileyo kanye namafutha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Uma umnikelo wakho ungowokusanhlamvu okugazingwe emcengezini, uyokwenziwa ngempuphu ecolisekileyo exovwe namafutha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uma umnikelo wakho wokudla ungumnikelo womlilo obhakwe epanini, kumelwe wenziwe ngofulawa ocolekileyo onamafutha.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 2:7
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

eyezinkwa zokubukwa, neyempuphu ecolekileyo yomnikelo wempuphu, neyemiqathane engenamvubelo, neyokuphekwe ekhanzini, neyexutshanisiweyo, neyazo zonke izilinganiso nobukhulu;


Uwuhlephule izingcezu, uthele amafutha kuzo; kungumnikelo wempuphu.


Woletha kuJehova umnikelo wempuphu owenziwe ngalezo zinto, unikelwe kumpristi, yena awuyise e-altare.


Yonke iminikelo yempuphu ephekwe eziko, nayo yonke elungiselwa okhambeni nasemqengeleni, iyakuba ngeyalo mpristi anikele ngayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ