Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 17:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “ ‘Yilowo nalowo muntu wabantwana bakwa-Israyeli noma owabafokazi abagogobeleyo phakathi kwabo ozingela, abambe isilwane noma inyoni edliwayo, makachithe igazi layo, alisibekele ngothuli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 “ ‘Yilowo nalowo muntu kwabakwa-Israyeli noma umfokazi ogogobele phakathi kwabo, ozingela abambe isilwane noma inyoni edliwayo, uyochitha igazi layo, alemboze ngothuli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Yilowo nalowo wabantwana bakwa-Israyeli noma owabafokazi abagogobeleyo phakathi kwenu ozingela, abambe isilwane noma inyoni edliwayo; Kumelwe futhi athulule igazi layo futhi alisibekele ngothuli.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 17:13
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mhlaba, ungathukusi igazi lami; ukukhala kwami makungabi nandawo.


Ngokuba intengo yowesifazane oyisiphingi iyiqebelengwane lesinkwa, kepha umfazi womuntu uzingela umphefumulo onqabileyo.


“ ‘Ngokuba izingazi zawo ziphakathi kwawo; wazibeka edwaleni eliyinyabule; akazithelanga emhlabathini ukuzisibekela ngothuli.


Ngalokho ngathi kubantwana bakwa-Israyeli: “Makungabikho muntu kini odla igazi; nomfokazi ogogobeleyo phakathi kwenu makangadli igazi.”


Ningadli naliphi igazi, noma ngelenyoni noma ngelenkomo, nakuyiphi yezindlu zenu.


Kuphela igazi aniyikulidla; uyakulithulula emhlabeni njengamanzi.


Kuphela igazi lalo awuyikulidla; lithululele emhlabathini njengamanzi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ