Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 17:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngalokho ngathi kubantwana bakwa-Israyeli: “Makungabikho muntu kini odla igazi; nomfokazi ogogobeleyo phakathi kwenu makangadli igazi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Ngalokho, ngathi kubantu bakwa-Israyeli: “Makungabi bikho muntu phakathi kwenu odla igazi; nomfokazi ogogobele phakathi kwenu akayukulidla.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngalokho ngathi kubantwana bakwa-Israyeli: “Makungabikho muntu kini odla igazi, nomfokazi ogogobeleyo phakathi kwenu makangadli igazi.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 17:12
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Mawube munye umthetho kowokuzalwa ekhaya nakumfokazi ogogobeleyo phakathi kwenu.”


Ngalokho thana kubo: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Nidla okunegazi, niphakamisa amehlo enu ezithombeni zenu, nichitha igazi. Pho, niyakudla ifa lezwe na?


Ngokuba umphefumulo womzimba usegazini; ngimnike lona e-altare ukwenzela imiphefumulo yenu ukubuyisana, lokhu kuyigazi elenza ukubuyisana ngomphefumulo.


“ ‘Yilowo nalowo muntu wabantwana bakwa-Israyeli noma owabafokazi abagogobeleyo phakathi kwabo ozingela, abambe isilwane noma inyoni edliwayo, makachithe igazi layo, alisibekele ngothuli.


“ ‘Kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu ezindlini zenu zonke zokuba ningadli amanoni nagazi.’ ”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ