Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 15:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “ ‘Isitsha sebumba asithinta ocucuzayo siyakwaphulwa, nazo zonke izitsha zomuthi ziyakuhashazwa ngamanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 “ ‘Isitsha sebumba esithintwe ngomfimfayo siyakuphihlizwa, zonke izitsha zokhuni ziyakuhashazwa ngamanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Into yomhlabathi enokugobhoza ayoyithinta iyakwaphulwa, nazo zonke izigodo ziyakugezwa ngamanzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 15:12
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uzakubaphula ngentonga yensimbi, ubaphahlaze njengesitsha sombumbi.”


emashashalazini emigwaqo kuyaduma; ngasezikhaleni zamasango omuzi kuyakhuluma amazwi akho okuthi:


Buyani ngokusola kwami; bhekani, ngiyakuthulula umoya wami phezu kwenu, nginazise amazwi ami.


Ndodana yami, lokho makungasuki emehlweni akho, ugcine ukuhlakanipha namasu,


“ ‘Nalowo ocucuzayo amthinta, engahashazanga izandla zakhe ngamanzi, uyakuhlanza izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


Uyakwenziwa emqengeleni ngamafutha; usuxutshanisiwe wowungenisa, unikele ngomnikelo wempuphu, ube yizingcezu ezihleshuliweyo, zibe yiphunga elimnandi kuJehova.


Kepha isitsha sebumba okuphekelwe kuso masaphulwe, kodwa uma kuphekelwa esitsheni sethusi, siyakuphucuzwa, sihashazwe ngamanzi.


Ngokuba siyazi ukuthi uma indlu yethu yasemhlabeni eyidokodo idilizwa, sinesakhiwo esivela kuNkulunkulu, indlu engenziwanga ngezandla, eyaphakade, esezulwini.


oyakuguqula isimo somzimba wethu wokuthotshiswa, ufane nomzimba wakhe wenkazimulo, ngamandla angazihlelela ngawo konke phansi kwakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ