Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 14:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kuyakuthi ngosuku lwesikhombisa aphucule zonke izinwele zekhanda lakhe nesilevu sakhe namashiya akhe, yebo, aphucule zonke izinwele zakhe, ahlanze izingubo zakhe, ageze umzimba wakhe ngamanzi, ahlambuluke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Ngosuku lwesikhombisa uyakuphuca zonke izinwele ekhanda lakhe, nasesilevini, nasemashiyeni; yebo, uyakuziphuca zonke izinwele zakhe. Uyohlanza izingubo zakhe, ageze umzimba ngamanzi, ahlambuluke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kodwa ngosuku lwesikhombisa kumelwe aphuce zonke izinwele zakhe zekhanda lakhe nesilevu sakhe namashiya akhe, yebo, zonke izinwele zakhe kumelwe aphuce; kumelwe ahlanze izingubo zakhe, ageze nomzimba wakhe ngamanzi, abe ohlanzekile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 14:9
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

umpristi anikele ngomnikelo wokushiswa nangomnikelo wempuphu e-altare, umpristi amenzele ukubuyisana, ahlambuluke.


“Oyakuhlanjululwa makahlanze izingubo zakhe, aphucule zonke izinwele zakhe, ageze ngamanzi, ahlambuluke; emva kwalokho uyakungena ekamu,* kepha ahlale ngaphandle kwetende lakhe izinsuku eziyisikhombisa.


“ ‘Uma umuntu efa ngokuzumayo eceleni kwakhe, angcolise ikhanda lobuNaziri bakhe, uyakuphucula ikhanda lakhe ngosuku lokuhlanjululwa kwakhe, aliphucule ngosuku lwesikhombisa.


Uyakwenza kanje kubo ukuba ubahlambulule: fafaza amanzi okuphothula, baziphucule umzimba wonke, bahlanze izingubo zabo, bazihlambulule.


myise ekhaya, aphucule ikhanda lakhe, asike izinzipho zakhe,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ