Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 13:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha uma utwayi lwanda esikhumbeni esezibonakalisile kumpristi ngokuhlambuluka kwakhe, abuye eziveze kumpristi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Kepha uma utwayi luqhubekile lwanda esikhumbeni emveni kokuba esezibonakalisile kumphristi ukuze kuqiniswe ukuthi usehlambulukile, uyophinde azibonakalise kumphristi okwesibili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa uma utwayi lwandile esikhumbeni ngemva kokuba esebonwe umpristi ngokuhlambuluka kwakhe, kumelwe aphinde abonakale kumpristi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 13:7
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Akukho ukuphila enyameni yami ngenxa yentukuthelo yakho; akukho ukuthula emathanjeni ami ngenxa yesono sami.


“Nxa kumila esikhumbeni senyama yomuntu idunguza noma utwayi noma ibala elikhanyayo, kuvele esikhumbeni senyama yakhe isifo sochoko, makalethwe ku-Aroni umpristi, noma kwenye yamadodana akhe, abapristi,


umpristi ambheke ngosuku lwesikhombisa; uma landile nokwanda esikhumbeni, umpristi uyakusho athi ungcolile; kuyisifo sochoko.


umpristi abuye ambheke ngosuku lwesikhombisa; uma ibala lifiphele, isifo singandanga esikhumbeni, bheka, khona umpristi uyakusho athi uhlambulukile; kulutwayi; uyakuhlanza izingubo zakhe, ahlambuluke.


umpristi abheke; uma utwayi lwandile esikhumbeni, bheka, khona umpristi uyakusho athi ungcolile; kuluchoko.


umpristi abuye ngosuku lwesikhombisa, abheke; uma ibala landile odongeni lwendlu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ