ULevitikusi 13:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 umpristi abuye ambheke ngosuku lwesikhombisa; uma ibala lifiphele, isifo singandanga esikhumbeni, bheka, khona umpristi uyakusho athi uhlambulukile; kulutwayi; uyakuhlanza izingubo zakhe, ahlambuluke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20206 Ngosuku lwesikhombisa uyakumhlola okwesibili, uma ibala lifiphele, nesifo singaqhubekanga, uyakumemezela ukuthi uhlambulukile, bekulutwayi, ageze izingubo zakhe, abe ngohlambulukile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Umpristi kumelwe aphinde ambone ngosuku lwesikhombisa; uma ibala lifiphele, isifo singandile esikhumbeni, umpristi makasho athi uhlambulukile; luwutwayi nje; futhi kumelwe izingubo zakhe, futhi ahlambuluke. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |