Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 13:51 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 abheke isifo ngosuku lwesikhombisa; uma isifo sandile engutsheni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma esikhumbeni, nakuba isikhumba sisetshenziswa kumuphi umsebenzi, bheka, isifo siluchoko olubi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

51 uyobuye ayosihlola isifo ngosuku lwesikhombisa. Uma isifo sandile engutsheni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma esikhumbeni, nakuba isikhumba sisetshenziswa noma kumuphi umsebenzi; isifo siluchoko olubi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

51 Kumelwe abheke isifo ngosuku lwesikhombisa: uma isifo sandile engutsheni, noma umphetho, noma intsante, noma esikhumbeni, noma kunoma yimuphi umsebenzi wesikhumba; isifo siwuchoko olubi; ingcolile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 13:51
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

noma sisezintanjeni eziqondileyo noma sikwezinqamulayo, ezelineni noma ezoboya bezimvu, noma sisesikhumbeni, noma sisentweni eyenziwe ngesikhumba,


Umpristi makabheke isifo, akuvalele lokho okunochoko izinsuku eziyisikhombisa,


Woshisa ingubo, noma izintanjana eziqondileyo noma ezinqamulayo, noma eyoboya bezimbuzi noma eyelineni, noma into yesikhumba esikuyo isifo, ngokuba kuluchoko olubi; kuyakushiswa ngomlilo.


umpristi abuye ngosuku lwesikhombisa, abheke; uma ibala landile odongeni lwendlu,


umpristi uyakungena abheke; uma isifo sandile endlini, bheka, kuluchoko olubi endlini; ingcolile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ