Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 13:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 bheka, ungumuntu onochoko; ungcolile; umpristi makasho athi ungcolile; isifo sakhe sisekhanda lakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

44 unochoko; ungcolile; umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile; isifo sisekhanda lakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Umuntu onochoko, ungcolile; umpristi kumelwe athi ungcolile; isifo sakhe sisekhanda lakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 13:44
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bafa besebasha, ukuphila kwabo kube njengokwezifebe zethempeli.


Ningabe nisashaywa kuphi, nisaqhubeka ukwambuka, na? Lonke ikhanda liyagula, nayo yonke inhliziyo ibuthakathaka.


Khona umpristi uyakumbheka; uma idunguza lesifo limhlophe libomvana empandleni esekhanda lakhe noma empandleni esebunzini lakhe, njengokubonakala kochoko esikhumbeni senyama,


“Onochoko esikuye isifo, maziklejulwe izingubo zakhe, zithukululwe izinwele zakhe, amboze amadevu akhe, akhale athi: ‘Ngingcolile! Ngingcolile!’


Kepha uma iso lakho lilibi, uzakuba mnyama umzimba wakho wonke. Ngakho uma ukukhanya okukuwe kungubumnyama, ubumnyama bukhulu kangakanani!


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ