Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 13:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 ngosuku lwesikhombisa umpristi abheke isifo; uma umuna ungandile, futhi kungekho zinwele ezimpofu kuwo, umuna ubonakala ungashonile kunesikhumba,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Ngosuku lwesikhombisa umphristi uyosihlola isifo; uma singandile futhi kungekho zinwele ezimpofu kuso, isifo sibonakala singashonile kunesikhumba,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Ngosuku lwesikhombisa umpristi kumelwe abheke isifo, abone uma utwayi lungandile futhi akukho zinwele eziphuzi kuso, futhi utwayi alushonile kunesikhumba lapho ubonakala;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 13:32
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

umpristi uyakubheka ibala; uma libonakala lishonile kunesikhumba, kube kulo izinwele ezincane ezimpofu, bheka, umpristi makasho athi ungcolile: kungumuna, kuluchoko lwekhanda noma olwesilevu.


Uma umpristi ebheka ibala lomuna, libonakala lingashonile kunesikhumba, kungekho zinwele ezimnyama kulo, bheka, khona umpristi uyakumvalela onesifo somuna izinsuku eziyisikhombisa,


bheka, uyakuziphucula, angaphuculi umuna kodwa, umpristi amvalele onomuna ezinye izinsuku eziyisikhombisa;


“Kepha imisebenzi yonke yabo bayenza ukuba babonwe ngabantu; amafilakteriyu* abo bawenza abe banzi, bawenze abe makhulu amachopho.


Wena ozibonga ngomthetho, udumaza uNkulunkulu ngokweqa umthetho na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ