ULevitikusi 13:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE3 umpristi abheke isifo esisesikhumbeni senyama; uma uboya obusebaleni buphendukile baba mhlophe, nanxa ibala libonakala lishonile kunesikhumba senyama yakhe, kuyisifo sochoko; umpristi uyakumbheka, asho athi ungcolile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20203 Umphristi uyosihlola isifo esisesikhumbeni sakhe; uma uboya obusebaleni sebuphenduke baba mhlophe, nesifo sibonakala ukuthi sijulile esikhumbeni sakhe, kuyisifo esinzima, umphristi uyakukubona lokho bese ememezela ukuthi ungcolile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20243 Umpristi kumelwe abheke isifo esikhumbeni senyama; uma uboya esibethweni buphendukile baba mhlophe, futhi isifo sibonakala sishonile kunesikhumba senyama yakhe, kuyisifo sochoko; umpristi ambheke, athi ungcolile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |