Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 11:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Konke ukudla okudliwayo okukuzo, afika kukho futhi amanzi anjalo, kuyakuba ngokungcolile, nakho konke okuphuzwayo kuzo izitsha ezinjalo kuyakuba ngokungcolile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 Konke ukudla okuzodliwa okukuzo kuyakuba ngokungcolileyo uma kuthintwe ngamanzi avela esitsheni esinjalo, nanoma yimaphi amanzi anokuphuzwa ayoba ngangcolileyo, uma evela esitsheni esinjalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Yonke inyama edliwayo efika phezu kwamanzi anjalo iyakuba ngengcolile; lonke uphuzo oluphuzwa ngesitsha esinjalo luyakuba ngokungcolile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 11:34
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umhlatshelo wababi uyisinengiso kuJehova, kepha umkhuleko wabaqotho uyintokozo yakhe.


Umhlatshelo wababi uyisinengiso; kakhulu kangakanani uma ulethwa ngomgomo omubi.


Ukuzidla kwamehlo nokuziqhenya kwenhliziyo, isibani sababi, kuyisono.


Owandisa imfuyo yakhe ngenzalo nangenzuzo uyibuthela onomusa kwabampofu.


Nezitsha zonke esiwela kuzo esinye sazo, noma yintoni ephakathi kwazo iyakuba ngengcolile, nize nizaphule.


Konke esiwela kukho isidumbu sazo kuyakuba ngokungcolile, noma iziko noma ikhanzi; makuphohlozwe; kungcolile, kuyakuba ngokungcolile kini.


Kwabahlanzekileyo konke kuhlanzekile; kepha kwabangcolileyo nabangakholwayo akukho lutho oluhlanzekileyo, kodwa kungcole ingqondo yabo nonembeza wabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ