Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




ULevitikusi 11:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Zoba yisinengiso kini; ningadli inyama yazo; izidumbu zazo ziyakunengeka kini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Ziyoba yisinengiso kini; aniyukuyidla inyama yazo; nezilwane ezifile niyozithatha njengezinengekayo kini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ziyakuba yisinengiso kini; aniyikuyidla inyama yazo, kepha izidumbu zazo ziyakuba yisinengiso kini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




ULevitikusi 11:11
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kuzo zonke izilwane ezihlambulukileyo uzakuthatha ngasikhombisa, iduna nensikazi yalo, nakuzo izilwane ezingahlambulukile uthathe ngambili, iduna nensikazi yalo,


nakuzo izinyoni zezulu ngasikhombisa, iduna nensikazi, ukuba kulondolozwe inzalo emhlabeni wonke.


Kepha zonke ezingenamaphiko nazingcwecwe eziselwandle nezisemifuleni, nazo zonke eziswebezelayo emanzini, nazo zonke izinto eziphilayo emanzini ziyisinengiso kini.


Zonke ezingenamaphiko nazingcwecwe emanzini ziyisinengiso kini.


“ ‘Yilezi eniyakunengwa yizo ezinyonini; aziyikudliwa, ziyisinengiso: ukhozi, nenqe, nengqungqulu,


“Yishoni kubantwana bakwa-Israyeli, nithi: ‘Yilokhu okuphilayo eningakudla kuzo zonke izilwane zasemhlabeni:


noma umuntu ethinta into engcolileyo, noma isidumbu sesilo esingcolileyo, noma isidumbu senkomo engcolileyo, noma isidumbu sesilwanyana esikhasayo esingcolileyo, kumsithele, engcolile nokho, woba necala.


Nazi izilwane eningazidla: inkomo, nemvu, nembuzi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ